Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 6:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngosuku lwesikhombisa bavuka ekuseni kakhulu, bawuzungeza umuzi kasikhombisa ngendlela efanayo; kodwa ngalolo suku bawuzungeza umuzi kasikhombisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Kwathi ngosuku lwesikhombisa bavuka ukuntwela kokusa, bawuzungeza umuzi ngandlelanye kasikhombisa; ngalolo suku kuphela bawuzungeza umuzi kasikhombisa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Ngosuku lwesikhombisa bavuka ekuseni kusempondozankomo bahamba bawuzungeza umuzi ngendlela efanayo, kwaze kwaba kasikhombisa. Kwakungalolo lusuku kuphela lapho bahamba bawuzungeza kasikhombisa umuzi.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 6:15
7 Referans Kwoze  

Ngaphambi kokuntwela kokusa, ngakhala; ngiyethemba izwi lakho.


Silalo futhi ilizwi lesiprofetho eliqiniseke kakhulu; enikwenza kahle ngokukuqaphela njengokukhanya okukhanya endaweni emnyama, kuze kuse, nekhwezi liphume ezinhliziyweni zenu;


Ekupheleni kwesabatha, ngovivi ngolokuqala lweviki, kwafika uMariya Magdalena nomunye uMariya, bezobona ithuna.


Ngokukholwa izingange zaseJeriko zawa, sezizungeziwe izinsuku eziyisikhombisa.


Ngosuku lwesibili bawuzungeza umuzi kanye, babuyela ekamu; benze njalo izinsuku eziyisithupha.


Kwathi ngokwesikhombisa abapristi sebevuthela amacilongo, uJoshuwa wathi kubantu: “Khamulukani! ngoba uJehova uninikile umuzi.


UJoshuwa wavuka ekuseni kakhulu; basuka eShithimi, bafika eJordani, yena nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli, balala khona ngaphambi kokuba bawele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite