Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 6:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 UJoshuwa wavuka ekuseni kakhulu, abapristi bawuthwala umphongolo kaJehova.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 UJoshuwa wavuka ekuseni kakhulu, abapristi bathatha umphongolo kaJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 UJoshuwa wavuka ekuseni kakhulu, abaphristi bathatha umphongolo kaSimakade.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 6:12
11 Referans Kwoze  

UJoshuwa wavuka ekuseni kakhulu; basuka eShithimi, bafika eJordani, yena nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli, balala khona ngaphambi kokuba bawele.


UMose wayala amaLevi athwala umphongolo wesivumelwano sikaJehova, wathi:


U-Abrahama wavuka ekuseni kakhulu, wabophela imbongolo yakhe, wathatha ezimbili zezinsizwa zakhe no-Isaka indodana yakhe kanye naye, wacanda izinkuni zomnikelo wokushiswa, wasuka waya endaweni uNkulunkulu ayemtshele ngayo.


Umphongolo kaJehova wawuzungeza umuzi, waya khona kanye, bangena ekamu, balala ekamu.


Abapristi abayisikhombisa abathwala izimpondo zezinqama eziyisikhombisa phambi komphongolo kaJehova badabula, babetha izimpondo; abahlomileyo baphuma phambi kwabo; kodwa umvuzo wafika ngemva komphongolo kaJehova, abapristi bahamba bevuthela izimpondo.


Abantwana bakwa-Israyeli baqeda ekuseni bamisa ngaseGibeya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite