Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 4:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Lawo matshe ayishumi nambili abawathatha eJordani, uJoshuwa wawamisa eGiligali.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Lawo matshe ayishumi nambili abawakhipha eJordani wawamisa eGiligali.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Lawo matshe ali-12 ababewathathe eJordani, uJoshuwa wawamisa eGiligali,

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 4:20
3 Referans Kwoze  

Abantwana bakwa-Israyeli benza njengalokho uJoshuwa ebayalile, bakhipha amatshe ayishumi nambili phakathi kweJordani, njengalokho uJehova eshilo kuJoshuwa, ngokwenani lezizwe zabantwana bakwa-Israyeli, bahamba nawo baya entabeni. Lapho abalala khona, bazibeka phansi khona.


Uyala kubo uthi: Thatha lapha phakathi kweJordani, endaweni lapho izinyawo zabapristi zazimi khona ziqine, amatshe ayishumi nambili, niwathwale, niwashiye endaweni yokulala kwenu. Uzochitha ubusuku kulobu busuku.


Wakhuluma kubantwana bakwa-Israyeli, wathi: “Nxa abantwana benu beyakubuza oyise esikhathini esizayo, bethi: Ayini lawa matshe na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite