Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 4:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kwadabula phambi kukaJehova kungathi izinkulungwane ezingamashumi amane ezihlomele ukulwa emathafeni aseJeriko.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 kwawela phambi kukaJehova kungathi abayizinkulungwane ezingamashumi amane behlomele ukulwa ukuba baphume impi, baye emathafeni aseJeriko.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Kwawela phambi kukaSimakade amadoda ayizi-40 000 ayehlome ephelele alibangisa emathafeni eJerikho ukuyolwa.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 4:13
11 Referans Kwoze  

Hlomani izikhali zonke zikaNkulunkulu, ukuze nibe namandla okumelana namaqhinga kaSathane.


Kepha impi yamaKaledi yayixosha inkosi, yamfica uZedekiya emathafeni aseJeriko; yonke impi yakhe yahlakazeka isuka kuye.


Kodwa impi yamaKaledi yabaxosha, yamfica uZedekiya emathafeni aseJeriko; sebemthathile, bamyisa kuNebukadinesari, inkosi yaseBabele, eRibila ezweni laseHamati, lapho ahlulela khona.


Ibutho lempi lamaKaledi layixosha inkosi, layifica emathafeni aseJeriko, yonke impi yayo yahlakazeka, yasuka kuyo.


Abantwana bakwa-Israyeli bamisa eGiligali, bagcina iphasika ngosuku lweshumi nane lwenyanga kusihlwa emathafeni aseJeriko.


Kodwa uNkulunkulu wabajikelezisa abantu endleleni eya ehlane loLwandle LwaseShelefu; abantwana bakwa-Israyeli bakhuphuka ezweni laseGibithe.


Kepha thina siyakuphuma sihlomile phambi kwabantwana bakwa-Israyeli size sibafikise endaweni yabo; nabantwana bethu abancane bayohlala emizini enezivikelo eziqinile ngenxa yabakhileyo ezweni.


Nganiyala ngaleso sikhathi, ngathi: ‘UJehova uNkulunkulu wenu uninikile leli zwe ukuba nilidle;


Abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi nenxenye yesizwe sakwaManase badabula behlomile phambi kwabantwana bakwa-Israyeli, njengalokho uMose wakhuluma kubo.


Ngalolo suku uJehova wamenza waba mkhulu uJoshuwa emehlweni abo bonke abakwa-Israyeli; bamesaba njengalokho babemesaba uMose zonke izinsuku zokuhamba kwakhe.


Base bephuma bonke abantwana bakwa-Israyeli, inhlangano yabuthana njengomuntu munye kusukela kwaDani kuze kube seBeri Sheba kanye nezwe lakwaGileyadi kuJehova eMispa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite