Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 24:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngathuma oMose no-Aroni, ngalihlupha iGibithe njengalokho ngenza phakathi kwalo; ngasemuva nganikhipha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 “ ‘Ngathuma oMose no-Aroni, ngahlupha iGibithe ngalokho engakwenza phakathi kwalo; ngasemuva nganikhipha.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 “ ‘Ngathumela uMose no-Aroni, ngalihlupha iGibhithe ngalokho engakwenza phakathi kwalo; emveni kwalokho nganikhipha.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 24:5
13 Referans Kwoze  

Woza manje, ngizakuthuma kuFaro, ukhiphe eGibithe abantu bami, abantwana bakwa-Israyeli.


Owashaya iGibithe kumazibulo alo, ngokuba umusa wakhe umi phakade.


Kwathi ngalona lolo suku uJehova ekhipha abantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe ngamabandla abo.


Abantwana bakwa-Israyeli basuka eRamsesi baya eSukoti, kungathi izinkulungwane ezingamakhulu ayisithupha ezihamba ngezinyawo, amadoda ngaphandle kwabantwana.


Ngakhipha oyihlo eGibithe, nafika olwandle; abaseGibithe baxosha oyihlo ngezinqola nangabamahhashi kwaze kwaba seLwandle LwaseShelefu.


Laba yibo abakhuluma kuFaro, inkosi yaseGibithe, ukuba akhiphe abantwana bakwa-Israyeli eGibithe: labo ngoMose no-Aroni.


Kwathi ekupheleni kweminyaka engamakhulu amane lamatshumi amathathu, ngalona lolosuku, wonke amabutho eNkosi aphuma elizweni leGibhithe.


Wabahola abantu bakhe ngokuthokoza, nabakhethiweyo bakhe ngentokozo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite