Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 24:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Amathambo kaJosefa abantwana bakwa-Israyeli abakhuphula ngawo eGibithe bawembela eShekemi endaweni uJakobe ayithenga emadodaneni kaHamori uyise kaShekemi ngamashekeli ayikhulu esiliva; ifa labantwana bakwaJosefa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Amathambo kaJosefa akhushulwa eGibithe ngabantwana bakwa-Israyeli, bawembela eShekemi esiqeshini sezwe asithengayo uJakobe kumadodana kaHamori uyise kaShekemi ngamakesita* ayikhulu, laba ifa labantwana bakwaJosefa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Amathambo kaJosefa ayekhushulwe ngabakwa-Israyeli eGibhithe, bawangcwaba eShekhemi esiqeshini somhlaba esasithengwe nguJakobe emadodaneni kaHamori, uyise kaShekemi, ngamakesita ayikhulu, saba yifa labantu bakwaJosefa.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 24:32
9 Referans Kwoze  

UJosefa wasefungisa abantwana bakoIsrayeli, wathi: UNkulunkulu uzalilalela lokulilalela, njalo lizakhupha amathambo ami lapho.


Wathenga isiqephu sezwe lapho agxumeka khona itende lakhe esandleni sabantwana bakwaHemori uyise kaShekemi ngezinhlamvu eziyikhulu zemali.


Khona-ke uMose wathatha amathambo kaJosefa wahamba nawo, ngoba wayebafungile abantwana bakwa-Israyeli wathi: “Impela uNkulunkulu uzonilalela; futhi niyothwala amathambo ami nisuke lapha nani.


Bathwalwa basiwa eShekemi, babekwa ethuneni u-Abrahama awalithenga ngenani lemali kumadodana kaHamori waseShekemi.


Ngokholo uJosefa esefile wakhuluma ngokuphuma kwabantwana bakoIsrayeli; walaya ngamathambo akhe.


Wayesefika emzini waseSamariya othiwa iSikhari, eduze nesiqephu sensimu uJakobe asinika uJosefa indodana yakhe.


Futhi ngakunika isabelo esisodwa ngaphezu kwabafowenu, engabathatha ngenkemba yami nomnsalo wami esandleni sama-Amori.


UJakobe wehlela eGibithe, wafa, yena nawobaba bethu;


UJosefa wayesethi kubafowabo: “Sengiyafa, uNkulunkulu uyakuninakekela nokuninakekela, anikhiphe kuleli zwe, aniyise ezweni alifungela o-Abrahama, no-Isaka, noJakobe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite