Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 24:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Nganinika izwe eningalisebenzelanga, nemizi eningayakhanga, nahlala kuyo; izivini neminqumo eningayitshalanga niyadla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Nganinika izwe eningakhandlekanga kulo, nemizi eningayakhanga nihlala nokho kuyo; niyadla ezivinini naseminqumeni eningakutshalanga.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Nganinika izwe eningalikhandlekelanga nemizi eningayakhanga, nihlala kuyo; nidla izithelo zemivini nezeminqumo eningakutshalanga.’

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 24:13
7 Referans Kwoze  

Ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho ukungenisa ezweni elihle, izwe lemifudlana yamanzi, nemithombo, nezitwa eziphuma ezigodini nasemagqumeni;


Umuntu omuhle ushiyela abantwana bakhe ifa, ingcebo yesoni ibekelwe olungileyo.


Kakusweli lutho oluhle uJehova alukhulumile endlini kaIsrayeli; konke kwenzeka.


Kepha imizi eyayisele ezinqabeni zayo u-Israyeli akayishisanga namunye kuyo, kuphela iHasori lodwa; wamshisa uJoshuwa.


Ngiyakuningenisa ezweni engaphakamisa isandla sami ngalo ukulinika u-Abrahama, no-Isaka, noJakobe; ngiyakuninika lona libe yifa; nginguJehova.


“Uma uJehova uNkulunkulu wakho echitha izizwe ezizweni lazo uJehova uNkulunkulu wakho akunika zona, nizilandele, nihlale emizini yazo nasezindlini zazo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite