Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 23:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Bhekani, nginabele lezi zizwe ezinishiyele ngenkatho, zibe yifa lezizwe zenu, kusukela eJordani, kanye nezizwe zonke engazichithayo, kuze kube seLwandle Olukhulu ngasentshonalanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Bhekani, nginabele lezi zizwe eziseleyo zibe yifa lezizwe zenu, kusukela eJordani, kanye nezizwe zonke engizinqumileyo, kuze kufike eLwandle Olukhulu ngasentshonalanga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Bhekani, nginabele njengefa lezizwana zenu, zonke izizwe ezisasele, nazo zonke izizwe engazibhubhisa, kusukela eJordani kuze kufike oLwandle Olukhulu entshonalanga.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 23:4
9 Referans Kwoze  

UJoshuwa wabenzela inkatho eShilo phambi kukaJehova, uJoshuwa wababela khona izwe abantwana bakwa-Israyeli ngokwezabelo zabo.


Nanti izwe elisele: yonke imikhawulo yamaFilisti, nawo onke amaGesuri,


Ngiyakubaxosha kancane kancane phambi kwakho, uze wande, ulidle izwe.


Lapho uJehova uNkulunkulu wakho echitha izizwe phambi kwakho, lapho uya khona ukuzidla, wena uzilandele, uhlale ezweni lazo;


Futhi kusukela manje kuqhubeke ngeke ngixoshe muntu phambi kwabo ezizweni uJoshuwa azishiya lapho efa.


Waxosha izizwe phambi kwabo, wabahlukanisela ifa ngomugqa, wahlalisa izizwe zakwa-Israyeli ematendeni azo.


Wathi: Ngizalinika ilizwe leKhanani, libe yisabelo selifa lenu;


Ngizibhubhisile izizwe; imibhoshongo yabo iyincithakalo; Ngenzile izitaladi zazo zibe yincithakalo, ukuze kungadluli muntu;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite