Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 22:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Anibashiyanga abafowenu izinsuku eziningi kuze kube namuhla, kodwa niyigcinile inkonzo yomyalo kaJehova uNkulunkulu wenu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 anishiyanga abafowenu lezi zinsuku eziningi kuze kube namuhla, kepha nigcinile imfanelo yomyalo kaJehova uNkulunkulu wenu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 anibalahlanga abafowenu ngazo zonke lezi zinsuku kuze kube namuhla, kodwa nikuqikelele ukugcina konke uSimakade uNkulunkulu wenu aniyale ngakho.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 22:3
3 Referans Kwoze  

Wathi kubo: “Nikugcinile konke uMose inceku kaJehova aniyala ngakho, nalalela izwi lami kukho konke enganiyala ngakho.


Manje uJehova uNkulunkulu wenu ubanikile abafowenu ukuphumula njengokusho kwakhe kubo; ngalokho buyelani manje, niye ematendeni enu nasezweni lefa lenu aninika lona uMose inceku kaJehova ngaphesheya kweJordani.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite