Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 22:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi nenxenye yesizwe sakwaManase baphendula, bathi ezinhloko zezinkulungwane zakwa-Israyeli:

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi nenxenye yesizwe sakwaManase baphendula, bakhuluma kuzo izinhloko zemindeni yakwa-Israyeli, bathi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Abozalo lukaRubeni, nabolukaGadi, nengxenye yesizwana sakwaManase baziphendulela kanje kuzo izinhloko zemindeni yakwa-Israyeli, bathi:

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 22:21
11 Referans Kwoze  

Kodwa ngcwelisani iNkosi uNkulunkulu ezinhliziyweni zenu, njalo lilungele ukuphendula wonke umuntu olibuza ngesizatho sethemba elikini, ngobumnene langokwesaba;


Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo, wonke umuntu makasheshe ukuzwa, ephuze ukukhuluma, ephuze ukuthukuthela;


Kodwa uPetro wayilandisa indaba kwasekuqaleni, wabachasisela ngomlayo, esithi:


Kepha wena, Betlehema Efrata, noma umncane phakathi kwezinkulungwane zakwaJuda, uyakuphuma kuwe eze kimi, oyakuba ngumbusi kwa-Israyeli; okuphuma kwawo kwakusukela endulo, kwaphakade.


Yilowo nalowo uyakwanga izindebe zakhe ophendula kahle.


Ophendula indaba engakayizwa, kungubuwula nehlazo kuye.


Ukuzindla kwenhliziyo kumuntu, nempendulo yolimi ivela kuJehova.


Impendulo ethambileyo ibuyisa ulaka, kepha amazwi alimazayo avusa ulaka.


U-Akani, indodana kaSeraki, akenzanga yini isiphambeko sabaxhwalekileyo, futhi ulaka lwehlela lonke ibandla lika-Israyeli na? futhi lowo muntu akabhubhanga ngobubi bakhe yedwa.


UJehova, uNkulunkulu wawonkulunkulu, uJehova, uNkulunkulu wawonkulunkulu, nguyena owaziyo, nowamazi u-Israyeli; uma kungukuhlubuka noma ukweqa uJehova (ungasikhululi namuhla).


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite