Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 21:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Esizweni sabantwana bakwaJuda nasesizweni sabantwana bakwaSimeyoni babanika le mizi ebizwa ngegama lapha,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Abelwa esizweni sabantwana bakwaJuda nasesizweni sabantwana bakwaSimeyoni lemizi eshiwo lapha ngamagama

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Esizwaneni sabozalo lukaJuda nabolukaSimeyoni abaLevi bathola le mizi elandelayo ebizwe ngamagama,

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 21:9
7 Referans Kwoze  

Babanika ngenkatho leyo mizi ebizwa ngegama layo esizweni sabantwana bakwaJuda, nasesizweni sabantwana bakwaSimeyoni, nasesizweni sabantwana bakwaBenjamini.


Abantwana bakwa-Israyeli bawanika amaLevi leyo mizi namadlelo ayo ngenkatho, njengalokho uJehova eyalile ngesandla sikaMose.


abantwana bakwa-Aroni ababenayo emindenini yamaKohati ababevela kubantwana bakwaLevi, ngokuba yaba yinkatho yabo yokuqala.


Eceleni kwakhe kwakukhona u-Edene, noMiniyamini, noJeshuwa, noShemaya, no-Amariya, noShekaniya, emizini yabapristi ngezikhundla zabo, ukuba banike abafowabo, abakhulu nabancane.


Inkatho yaphuma ezizukulwaneni zamaKohati; abantwana bakwa-Aroni umpristi, ababengamaLevi, ngeqashiso imizi eyishumi nantathu esizweni sakwaJuda, nasesizweni sakwaSimeyoni, nasesizweni sakwaBenjamini.


Umfowabo u-Asafa owayemi ngakwesokunene sakhe kwakungu-Asafa indodana kaBerakiya indodana kaShimeya,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite