Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 21:41 - Contemporary Zulu Bible 2024

41 Yonke imizi yamaLevi efeni labantwana bakwa-Israyeli yayiyimizi engamashumi amane nesishiyagalombili namadlelo ayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Yonke imizi yamaLevi phakathi kwefa labantwana bakwa-Israyeli yayiyimizi engamashumi amane nesishiyagalombili namadlelo ayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

41 Isiyonke imizi yabaLevi eyayiphakathi kwesabelo sabakwa-Israyeli yayingama-48 namadlelo ayo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 21:41
7 Referans Kwoze  

Bayakufundisa uJakobe izahlulelo zakho, no-Israyeli umthetho wakho; bayonikela ngempepho phambi kwakho neminikelo yokushiswa e-altare lakho.


Intukuthelo yabo mayiqalekiswe, ngokuba ilukhuni; nolaka lwabo, ngokuba lunonya; ngiyakubahlukanisa kwaJakobe, ngibahlakaze kwa-Israyeli.


Yonke imizi yabantwana bakwaMerari ngemindeni yabo esele emindenini yamaLevi ngenkatho yabo yaba yimizi eyishumi nambili.


Le mizi yayiyilowo namadlelo ayo nxazonke zayo; yayinjalo yonke le mizi.


Abantwana bakwa-Israyeli banika amaLevi le mizi namadlelo ayo.


Abantwana bakwa-Israyeli bawanika amaLevi efeni lawo njengesiyalezo sikaJehova le mizi namadlelo ayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite