Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 21:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Babanika iShekemi nedlelo lalo ezintabeni zakwa-Efrayimi, libe ngumuzi okhululekile wokuhlatshwa; neGezeri nedlelo layo,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Bayinika iShekemi namadlelo alo ezintabeni zakwa-Efrayimi, umuzi wokuphephela wombulali, neGezeri namadlelo alo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Banikwa iShekhemi namadlelo alo, kwelezintaba kwa-Efrayimi, umuzi wokuphephela umbulali, iGezeri namadlelo alo,

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 21:21
11 Referans Kwoze  

Babeka iKedeshi eGalile entabeni yakwaNafetali, neShekemi ezintabeni zakwa-Efrayimi, neKiriyatarba eliyiHebroni ezintabeni zakwaJuda.


Babanika emizini ekhululekileyo, iShekemi ezintabeni zakwa-Efrayimi namadlelo alo; banika iGezeri nedlelo layo;


Futhi lapho uJerobowamu eya eShekemi, ngokuba wonke u-Israyeli wafika eShekemi ukumbeka inkosi.


U-Abimeleki indodana kaJerubali waya eShekemi kubafowabo bakanina, wakhuluma kubo nakuwo wonke umndeni wendlu kayise, wathi:


Futhi abawaxoshanga amaKhanani ayakhe eGezeri; kepha amaKhanani ahlala phakathi kwabakwa-Efrayimi kuze kube namuhla, akhonza ngokuthela.


Wathenga isiqephu sezwe lapho agxumeka khona itende lakhe esandleni sabantwana bakwaHemori uyise kaShekemi ngezinhlamvu eziyikhulu zemali.


neKibisayimi nedlelo layo, neBeti Horoni nedlelo layo; imizi emine.


UDavide wenza njengalokho uJehova emyalile; wanqoba amaFilisti kusukela eGeba kwaze kwaba seGezeri.


Khona uHoramu inkosi yaseGezeri wenyuka ukusiza iLakishi; uJoshuwa wamnqoba yena nabantu bakhe, waze wangabe esasala muntu.


Kwakukhona umuntu wasezintabeni zakwa-Efrayimi ogama lakhe linguMika;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite