Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 19:50 - Contemporary Zulu Bible 2024

50 Njengezwi likaJehova bamnika umuzi awucelayo, iThimnati-Sera ezintabeni zakwa-Efrayimi; wakha umuzi, wahlala kuwo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

50 ngesiyalezo sikaJehova bamnika umuzi awucelayo, iThimnati Sera, ezintabeni zakwa-Efrayimi; wakha umuzi, wahlala kuwo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

50 Ngokomyalo kaSimakade bamnika umuzi ayewucelile, iThiminathi Sera kwelezintaba kwa-Efrayimi; wawakha kabusha umuzi, wahlala kuwo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 19:50
6 Referans Kwoze  

Bammbela emkhawulweni wefa lakhe eThimnati Sera ezintabeni zakwa-Efrayimi ngasenyakatho kwentaba iGahashi.


Bammbela emkhawulweni wefa lakhe eThimnatha ezintabeni zakwa-Efrayimi ngasenyakatho kwentaba iGahashi.


Indodakazi yakhe kwakunguSera, owakha iBheti Horoni Ezansi nelaseNhla ne-Usesera.


Owesizwe sakwa-Efrayimi: uHoseya indodana kaNuni.


Lapho sebeqedile ukwaba izwe libe yifa ngokwemingcele yabo, abantwana bakwa-Israyeli bamnika uJoshuwa indodana kaNuni ifa phakathi kwabo.


Lawa angamagama abo: Indodana kaHure, ezintabeni zakwa-Efrayimi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite