42 noShaalabhibini, no-Ajaloni, noJetla,
42 neShahalabini, ne-Ajaloni, neJitila,
42 iShahalabhini, i-Ajaloni, iJithila,
Kodwa ama-Amori ahlala entabeni yaseHeresi e-Ajaloni naseSaalbimi;
Bawachitha amaFilisti ngalolo suku kusukela eMigimashi kuze kube se-Ajaloni, futhi abantu badinwa kakhulu.
i-Ajaloni nedlelo layo, neGati-rimoni nedlelo layo; imizi emine.
UJoshuwa wayesekhuluma kuJehova mhla uJehova enikela ama-Amori kubantwana bakwa-Israyeli, wathi phambi kwamehlo ka-Israyeli: “Langa, yima eGibeyoni; nawe nyanga esigodini sase-Ajaloni.
Umkhawulo wefa labo wawuyiZora, ne-Eshitawoli, ne-Irsememi;
ne-Eloni, neThimnati, ne-Ekroni,
Wadabula izintaba zakwa-Efrayimi, wadabula izwe laseSalisa, kepha abazitholanga; badabula izwe laseSalimi, kepha zazingekho; wadabula izwe lakwaBenjamini, kepha abawafumananga.
u-Eliyaba umSaliboni, emadodaneni kaJasheni, noJonathani,
indodana kaDekari, eMakashi, naseSalibhimi, naseBeti Shemeshi, nase-Eloni-Betanan;