Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 19:39 - Contemporary Zulu Bible 2024

39 Leli laliyifa lesizwe sabantwana bakwaNafetali ngemindeni yabo, imizi nemizana yayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Lokho kwakuyifa lesizwe sabantwana bakwaNafetali ngemindeni yabo, imizi kanye nemizana yayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

39 Yileso-ke isabelo sesizwana sabozalo lukaNafethali ngemindeni yaso, imizi nemizana yayo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 19:39
4 Referans Kwoze  

no-Ister, neMigidaleli, neHoremu, neBetanati, neBeti Shemeshi; imizi eyishumi nesishiyagalolunye nemizana yayo.


Inkatho yesikhombisa yadla isizwe sabantwana bakwaDani ngezizukulwane zabo.


UBeni Hadadi wayilalela inkosi u-Asa, wathuma izinduna zempi ayenazo ukulwa nemizi yakwa-Israyeli, wachitha i-Ijoni, neDani, ne-Abela Beti Mahaga, nayo yonke iShineroti, nalo lonke izwe lakwaNafetali.


Ngasemkhawulweni wakwa-Asheri, kusukela ohlangothini lwasempumalanga kuze kube sohlangothini lwasentshonalanga, uNafetali, uyakuba nesabelo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite