Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 19:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Inkatho yesithupha yadla abantwana bakwaNafetali, abantwana bakwaNafetali ngezizukulwane zabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Inkatho yesithupha yadla abantwana bakwaNafetali, abantwana bakwaNafetali ngemindeni yabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Unkatho lwesithupha lwadla abozalo lukaNafethali ngemindeni yabo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 19:32
11 Referans Kwoze  

Leli laliyifa lesizwe soonyana baka-Asheri ngemindeni yabo, leyo mizi nemizana yayo.


Umkhawulo wabo wasukela eHelefi, e-Aloni, waya eSaananimi, nase-Adami, naseNekebi, naseJabineyeli, waya eLakumi; ukuphuma kwawo kwakungaseJordani;


Ngasemkhawulweni wakwa-Asheri, kusukela ohlangothini lwasempumalanga kuze kube sohlangothini lwasentshonalanga, uNafetali, uyakuba nesabelo.


Amadodana kaBiliha, incekukazi kaRaheli; UDani noNafetali:


UNafetali uyindluzelekazi ekhululweyo; unamazwi amahle.


Kepha izwe liyakuhlukaniswa ngenkatho, ifa ngokwamagama ezizwe zoyise.


NgoNafetali wathi: “UNafetali, wasutha ngomusa, wasutha ngesibusiso sikaJehova; thatha intshonalanga neningizimu.


UNafetali akaxoshanga nabakhe eBeti Shemeshi nabakhe eBeti-anati; kepha wahlala phakathi kwamaKhanani akhileyo kulelo zwe; kepha abakhileyo eBeti Shemeshi naseBethanati baba ngabathelisi babo.


Wathumela wabiza uBharaki indodana ka-Abinohama eKedeshinafetali, wathi kuye: “Akashongo yini uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ukuthi: ‘Hamba uye entabeni yaseThabori, uthathe amadoda ayizinkulungwane eziyishumi kubantwana bakwaNafetali, uhambe nawe, abanye babantwana bakwaZebuloni na?


U-Ahimahasi kwaNafetali; wathatha noBasemati, indodakazi kaSolomoni, waba ngumkakhe.


Wasuka eNazaretha, weza wahlala eKapernawume elisogwini lolwandle, emikhawulweni yakwaZabuloni neyakwaNafetali;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite