Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 19:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Inkatho yesithathu yaphumela abantwana bakwaZebuloni ngemindeni yabo, umkhawulo wefa labo wawufinyelela eSaridi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Inkatho yesithathu yadla abantwana bakwaZebuloni ngemindeni yabo; umkhawulo wefa labo wafika eSaridi;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Unkatho lwesithathu lwadla abozalo lukaZebuloni ngokwemindeni yabo. Umngcele wesabelo sabo wawufinyelela eSaridi;

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 19:10
8 Referans Kwoze  

Kwavela inkatho yesizwe sabantwana bakwaBenjamini ngezizukulwane zabo; umkhawulo wenkatho yabo waphuma phakathi kwabantwana bakwaJuda nabantwana bakwaJosefa.


Kumelwe nibhale izwe libe izingxenye eziyisikhombisa, nilethe lapha kimi incazelo, ukuze nginenzele inkatho lapha phambi kukaJehova uNkulunkulu wethu.


UZebuloni uyakuhlala ngasechwebeni lolwandle; futhi uyakuba yichweba lemikhumbi; futhi umkhawulo wakhe uyofinyelela eSidoni.


Ifa labantwana bakwaSimeyoni lalivela efeni labantwana bakwaJuda; ngokuba isabelo sabantwana bakwaJuda sasisikhulu kakhulu kubo; ngalokho abantwana bakwaSimeyoni bathola ifa labo efeni labo.


Umkhawulo wabo wenyukela elwandle naseMarala, wenyuka waya eDabaseti nasemfuleni ongaphambi kweJokineyamu;


Ngasemdeni ke kaIsakare, kusukela ohlangothini lwasempumalanga kuze kube sohlangothini lwasentshonalanga, uZebuloni, libe linye.


Amadodana kaLeya: uRubeni izibulo likaJakobe, noSimeyoni, noLevi, noJuda, no-Isakare, noZebuloni;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite