Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 17:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kepha uSelofehadi, indodana kaHeferi, indodana kaGileyadi, indodana kaMagiri, indodana kaManase, wayengenamadodana, kodwa amadodakazi; lawa angamagama amadodakazi akhe: uMagila, noNowa, noHogila, noMilka, noTirisa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kepha uSelofehadi kaHeferi kaGileyadi kaMakiri kaManase wayengenamadodana, enamadodakazi odwa; lawa angamagama amadodakazi: oMahela, noNowa, noHogila, noMilka, noTirisa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Kepha uZelofehadi kaHeferi kaGileyadi kaMakhiri kaManase wayengenamadodana, kungamadodakazi odwa. Nanka amagama amadodakazi akhe: uMahela, uNowa, uHogila, uMilikha noThirisa.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 17:3
5 Referans Kwoze  

Kwasekufika amadodakazi kaSelofehadi indodana kaHeferi indodana kaGileyadi indodana kaMagiri indodana kaManase emindenini kaManase indodana kaJosefa; lawa angamagama amadodakazi akhe; uMagila, uNowa noHogila noMilka noTirisa.


USelofadi indodana kaHeferi wayengenamadodana, enamadodakazi odwa; amagama amadodakazi kaSelofehadi kwakunguMagila, noNowa, noHogila, noMilka, noTirisa.


UJosefa wabona abantwana bakwa-Efrayimi besizukulwane sesithathu; nabantwana bakwaMagiri, indodana kaManase, bakhuliselwa emadolweni kaJosefa.


Kwakukhona nabanye abantwana bakwaManase abaningi ngemindeni yabo; kubantwana bakwa-Abiyezeri, nakubantwana bakwaHeleki, nakubantwana bakwa-Asiriyeli, nakubantwana bakwaShekemi, nakubantwana bakwaHeferi, nakubantwana bakwaSemida; labo babe ngamadodana kaManase indodana kaJosefa ngemindeni yabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite