Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 17:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Abantwana bakwaJosefa bakhuluma kuJoshuwa, bathi: “Ninginikeni inkatho eyodwa kuphela nesabelo esisodwa sefa, lokhu ngingabantu abaningi, lokhu uJehova ungibusisile kuze kube manje na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Abantwana bakwaJosefa bakhuluma kuJoshuwa, bathi: “Unginikeleni isabelo sibe sinye nje nesinqamu sibe sinye kuphela, kube yifa lami, lokhu ngiyisizwe esikhulu, njengokuba uJehova ungibusisile kuze kube manje, na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Isizwana sabozalo lukaJosefa sakhuluma noJoshuwa, sathi: “Usinikeleni isabelo sasinye nengxenye eyodwa kuphela, ukuba kube yifa lethu, njengoba singabantu abaningi, futhi uSimakade eqhubeka nokusibusisa na?”

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 17:14
12 Referans Kwoze  

Futhi ngakunika isabelo esisodwa ngaphezu kwabafowenu, engabathatha ngenkemba yami nomnsalo wami esandleni sama-Amori.


Uyise wala wathi: “Ngiyazi, ndodana yami, ngiyazi lokhu; kodwa ngempela, umfowabo omncane uyakuba mkhulu kunaye, nenzalo yakhe iyoba uquqaba lwezizwe.


Owesizwe sakwa-Isakare: u-Igali indodana kaJosefa.


Abantwana bakwaJosefa, oManase no-Efrayimi, balidla ifa labo.


UJoshuwa wathi kubo: “Uma ningabantu abaningi, khuphukani niye ehlathini, nizigawule ezweni lamaPherizi nelamaRefa, uma izintaba zakwa-Efrayimi zilincane kakhulu kini.


Eceleni komkhawulo kaManase, kusukela ohlangothini lwasempumalanga kuze kube sohlangothini lwasentshonalanga, u-Efrayimi abe nesabelo.


Wababusisa ngalolo suku, wathi: “Ngawe u-Israyeli uyakubusisa ngokuthi: ‘UNkulunkulu akwenze ube njengo-Efrayimi nanjengoManase; wabeka u-Efrayimi phambi kukaManase.


Abaningi niyobanika ifa elikhulu, abayingcosana nibanike ifa elincane; yilowo nalowo makanikwe ifa lakhe ngokwababalwayo nguye.


Baganwa ezizukulwaneni zamadodana kaManase indodana kaJosefa, ifa labo lahlala esizweni sesizukulwane sikayise.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite