Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 15:63 - Contemporary Zulu Bible 2024

63 Kepha amaJebusi akhileyo eJerusalema abantwana bakwaJuda babengenakuwaxosha; kepha amaJebusi ahlala nabantwana bakwaJuda eJerusalema kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

63 AmaJebusi ayakhe eJerusalema abantwana bakwaJuda babengenakuwaxosha, kepha amaJebusi ahlala nabantwana bakwaJuda eJerusalema kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

63 Abozalo lukaJuda abakwazanga ukuwaxosha amaJebhusi ayehlala eJerusalema, asahlala nabo kuze kube namuhla.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 15:63
9 Referans Kwoze  

Abantwana bakwaBenjamini abawaxoshanga amaJebusi ayehlala eJerusalema; kepha amaJebusi ahlala nabantwana bakwaBenjamini eJerusalema kuze kube namuhla.


Abantwana bakwaJuda balwa neJerusalema, balithatha, balinqoba ngosiko lwenkemba, bashisa umuzi.


Umkhawulo wenyuka waya esigodini sendodana kaHinomu ngaseceleni kwamaJebusi ngaseningizimu; leli yiJerusalema, umkhawulo wenyukela esiqongweni sentaba ephambi kwesigodi sikaHinomu ngasentshonalanga, esisekupheleni kwesigodi samaRefa ngasenyakatho.


neNibisani nomuzi kaSawoti ne-Eni Gedi; imizi eyisithupha nemizana yayo.


Abantwana babo abasala emva kwabo ezweni, abantwana bakwa-Israyeli ababengenakubaqalekisa, uSolomoni wabakhokhisa intela yenkonzo kuze kube namuhla.


Laba babeyizinhloko zawoyise ngemindeni yabo, amadoda ayizinhloko. Babehlala eJerusalema.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite