Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 15:60 - Contemporary Zulu Bible 2024

60 IKiriyati Bhali eliyiKiriyati Jeharimi, neRaba; imizi emibili nemizana yayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

60 IKiriyati Bali eliyiKiriyati Jeharimi, neRaba, imizi mibili nemizana yayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

60 IKiriyathi Bhali eliyiKiriyathi Jeharimi, neRaba; kuyimizi emibili nemizana yayo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 15:60
8 Referans Kwoze  

Umkhawulo wasuka lapho, wazungeza engosini yolwandle ngaseningizimu, kusukela entabeni ephambi kweBeti Horoni ngaseningizimu; ukuphuma kwawo kwakuseKiriyati Bali eliyiKiriyati Jeharimi, umuzi wabantwana bakwaJuda; kwakuyiwadi esentshonalanga.


Abantu baseKiriyati Jeharimi bafika bawuthatha umphongolo kaJehova, bawuyisa endlini ka-Abinadaba entabeni, bangcwelisa u-Eleyazare indodana yakhe ukuba agcine umphongolo kaJehova.


Abantwana bakwa-Israyeli basuka, bafika emizini yabo ngosuku lwesithathu. Imizi yabo yayiyiGibeyoni, neKefira, neBheroti, neKiriyati Jeharimi.


neMarat, neBetanoti, ne-Elitekoni; imizi eyisithupha nemizana yayo.


Ehlane, iBetaraba, iMidin, neSekaka,


Bathuma izithunywa kwabakhileyo eKiriyati Jeharimi ukuthi: “AmaFilisti awubuyisile umphongolo kaJehova; yehla uzoyicosha kuwe.


Umkhawulo wawususuka esiqongweni sentaba, waya emthonjeni wamanzi aseNefitowa, waphuma waya emizini yasentabeni yase-Efroni; umkhawulo waphuma waya eBahala eliyiKiriyati Jeharimi.


Lawa angamadodana kaKalebi, indodana kaHure, izibulo lika-Efrati; uShobali uyise kaKiriyati Jeharimi,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite