39 iLakishi neBoskati ne-Egiloni,
39 neLakishi, neBosikati, ne-Egiloni,
39 iLakhishi, iBhozikhathi, i-Egiloni,
Ngakho u-Adoni-Sedeki inkosi yaseJerusalema wathumela kuHohamu inkosi yaseHebroni nakuPiramu inkosi yaseJarimuthi nakuJafiya inkosi yaseLakishi nakuDebiri inkosi yase-Egiloni, ethi:
UJosiya wayeneminyaka eyisishiyagalombili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka engamashumi amathathu nanye eJerusalema. Igama likanina lalinguJedida, indodakazi ka-Adaja, waseBoskati.
AmaRabi ayesebuya, afumana inkosi yase-Asiriya ilwa neLibina, ngokuba yayizwile ukuthi isukile eLakishi.
Inkosi yase-Asiriya yathuma uTharithani noRabisarisi noRabi-Sake besuka eLakishi enkosini uHezekiya nempi enkulu eJerusalema. Bakhuphuka, bafika eJerusalema. Sebekhuphukile, bafika bema ngasemseleni wedamu lasenhla, emgwaqweni omkhulu wensimu yomhlanzi.
UHezekiya inkosi yakwaJuda wathumela enkosini yase-Asiriya eLakishi, wathi: “Ngonile; suka kimi; lokho okubeka phezu kwami, ngiyakukuthwala. Inkosi yase-Asiriya yabeka uHezekiya inkosi yakwaJuda amatalenta angamakhulu amathathu esiliva namatalenta angamashumi amathathu egolide.
Bamenzela ugobe eJerusalema, wabalekela eLakishi; kodwa bathumela bamlandela eLakishi, bambulalela khona.
noDileyan, neMispa, noJokiteyeli,
neKhabhoni, neLahamamu, neKitlishi,
UJoshuwa wayesesuka eLakishi, waya e-Egiloni, no-Israyeli wonke kanye naye; futhi bamisa ngokumelene nalo futhi balwa nalo.