Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 15:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Imizi ekude yesizwe sabantwana bakwaJuda ngasogwini oluseningizimu yakwa-Edomi yayiyiKabiseyeli, ne-Edere, neJaguri,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Imizi esekupheleni kwesizwe sabantwana bakwaJuda ngasemkhawulweni wakwa-Edomi ngaseningizimu yayiyiKabiseyeli, ne-Edere, neJaguri,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Imizi eyayingeyabozalo lukaJuda ngasekupheleni eningizimu kuya emngceleni kwa-Edomi kwakuyilena: yiKhabhizeyeli, i-Edere, iJaguri,

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 15:21
8 Referans Kwoze  

U-Israyeli wayesesuka, wamisa itende lakhe ngaphesheya kombhoshongo wase-Edari.


Emizini namasimu ayo kwahlala abanye babantwana bakwaJuda eKiriyati-Arba nasemadlelweni ayo, naseDiboni nasemasangweni ayo, naseJekabiseyeli nasemizaneni yayo;


naseJerusalema, nase-Idumiya, nangaphesheya kweJordani; nangaseTire naseSidoni, isixuku esikhulu, sesizwile ukuthi kukhulu akwenzayo, seza kuye.


Leli yifa lesizwe sabantwana bakwaJuda ngezizukulwane zabo.


noKina, noDimona, no-Adada,


UBenaya, indodana kaJehoyada, indodana yendoda enesibindi, waseKabiseyeli, owenza izenzo eziningi, wabulala abantu ababili bakwaMowabi abanjengezingonyama;


Inkatho yesibili yadla uSimeyoni, isizwe sabantwana bakwaSimeyoni ngezizukulwane zabo; ifa labo laliphakathi kwefa labantwana bakwaJuda.


Bahlala eBherisheba, naseMolada, naseHasarishuali,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite