Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 13:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Umkhawulo wabo wasukela eMahanayimi, lonke iBashani, wonke umbuso ka-Ogi, inkosi yaseBashani, nayo yonke imizana yaseJayire eseBashani: imizi engamashumi ayisithupha;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Umkhawulo wabo wasuka eMahanayimi: lonke iBashani, wonke umbuso ka-Ogi inkosi yaseBashani, nayo yonke imizi yeJayire eseBashani, imizi engamashumi ayisithupha,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 Indawo yabo yayisuka eMahanayimi, idabule kulona lonke iBhashani, wonke umbuso wenkosi u-Ogi waseBhashani, nemizi yonke eJayiri, eyayiseBhashani, okuyimizi engama-60,

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 13:30
11 Referans Kwoze  

kusukela eHeshiboni ukuya eRamatimispa naseBetonimi; kusukela eMahanayimi kuze kufike emngceleni waseDebiri;


Base bephenduka bakhuphuka ngendlela yaseBashani, u-Ogi inkosi yaseBashani waphuma ukulwa nabo, yena nabo bonke abantu bakhe, ekulweni e-Edireyi.


UMose wayinika inxenye yesizwe sakwaManase ilifa, laba yifa lenxenye yesizwe sabantwana bakwaManase ngezizukulwane zabo.


Ngokuba amadodakazi kaManase aba nefa phakathi kwamadodana akhe, nezwe lakwaGileyadi amanye amadodana kaManase.


UJakobe wathuma izithunywa phambi kwakhe ku-Esawu umfowabo ezweni laseSeyiri, izwe lakwa-Edomi.


Sayithatha yonke imizi yakhe ngaleso sikhathi, akubangakho muzi esingawuthathanga kubo, imizi engamashumi ayisithupha, sonke isifunda sase-Arigobi, umbuso ka-Ogi eBashani.


yonke imizi yaseThafeni, nalo lonke elakwaGileyadi, nalo lonke iBashani, kuze kube seSaliga nase-Edireyi, imizi yombuso ka-Ogi eBashani.


Esizweni sakwaGadi, iRamoti kwaGileyadi nedlelo layo, umuzi okhululekileyo wokucekwa; neMahanayimi nedlelo layo,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite