Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 13:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 UMose wanika isizwe sakwaGadi ifa, abantwana bakwaGadi ngezizukulwane zabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 UMose wanika isizwe sakwaGadi, abantwana bakwaGadi, ngemindeni yaso.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 UMose wanika isizwana sakwaGadi ifa, ngokwemindeni yaso:

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 13:24
6 Referans Kwoze  

Umkhawulo wabantwana bakwaRubeni wawuyiJordani nomkhawulo walo. Leli laliyifa labantwana bakwaRubeni ngemindeni yabo, imizi nemizana yayo.


Umkhawulo wabo wawuyiJazeri, nayo yonke imizi yakwaGileyadi, nenxenye yezwe labantwana bakwa-Amoni, kuze kufike e-Aroweri ephambi kweRaba;


Ngasemkhawulweni wakwaZebuloni, kusukela ohlangothini lwasempumalanga kuze kube sohlangothini lwasentshonalanga uGadi, libe linye.


Amadodana kaZilipa, incekukazi kaLeya; ngoGadi no-Asheri; yilawo angamadodana kaJakobe azalelwa wona ePhadani Aramu.


Bahlala kwaGileyadi eBashani nasemadlelweni alo nasemadlelweni onke aseSharoni emideni yabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite