Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 12:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Wabusa entabeni yaseHermoni, naseSaleka, naseBashani lonke, kwaze kwaba semkhawulweni wamaGeshuri, namaMahaga, nenxenye yakwaGileyadi, emkhawulweni kaSihoni inkosi yaseHeshiboni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 ebusa entabeni yaseHermoni, naseSaleka, nakulo lonke iBashani kuze kube semkhawulweni wamaGeshuri nowamaMahakhati, nenxenye yakwaGileyadi, umkhawulo kaSihoni inkosi yaseHeshiboni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 ebusa phezu kwentaba iHermoni, eSalekha, nakulo lonke iBhashani kuze kufike emngceleni wamaGeshuri nowaMahakhathi, nengxenye kwaGileyadi kuya emngceleni kaSihoni inkosi yaseHeshibhoni.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 12:5
14 Referans Kwoze  

UJayire indodana kaManase walithatha lonke izwe lase-Arigobi kuze kube semkhawulweni wamaGesuri neMahagati; wawabiza ngegama lakhe ngokuthi iBashani Havoti-Jayire kuze kube namuhla.


UDavide nabantu bakhe benyuka, bawahlasela amaGeshuri, namaGesri, nama-Amaleki; ngoba lezo zizwe zazingabakhileyo bezwe kusukela kudala lapho ufika eShuri kuze kube sezweni laseGibhithe.


nelakwaGileyadi, nomkhawulo wamaGeshuri, namaMahagati, nayo yonke intaba yaseHermoni, neBashani yonke, kwaze kwaba seSaleka;


Kwathi lapho zonke izinduna zamabutho, zona namadoda azo, sezizwile ukuthi inkosi yaseBhabhiloni imise uGedaliya umbusi, zafika kuGedaliya eMispa: u-Ishmayeli indodana kaNethaniya, noJohanani, indodana kaKhareya, noSeraya, Indodana. KaThanhumethi umNethofa, noJahazaniya indodana yomMahagathi, bona namadoda abo.


no-Elifeleti indodana ka-Ahasibayi indodana yomMagati, no-Eliyamu indodana ka-Ahithofeli waseGiloni,


Ngoba inceku yakho yenza isithembiso ngisahlezi eGeshuri eAramu, yathi: Uba i Nkosi ingibuyisela isibili eJerusalema, ngizayikhonza i Nkosi.


Kepha u-Abisalomu wabaleka, waya kuTalimayi, indodana ka-Amihudi, inkosi yaseGeshuri. UDavide walilela indodana yakhe zonke izinsuku.


eyesibili yayinguKileyabi ka-Abigayili umkaNabali waseKarmeli; eyesithathu yayingu-Abisalomu indodana kaMagaga indodakazi kaTalimayi inkosi yaseGeshuri;


Lawa angamakhosi ezwe anqoba abantwana bakwa-Israyeli, adla izwe labo ngaphesheya kweJordani ngasempumalanga, kusukela emfuleni i-Arinoni kuze kufike entabeni yaseHermoni nasethafeni lonke ngasempumalanga.


namaKhanani ngasempumalanga nasentshonalanga, nama-Amori, namaHeti, namaPherizi, namaJebusi ezintabeni, namaHivi phansi kweHermoni, ezweni laseMispa.


Abantwana bakwaGadi bahlala maqondana nabo ezweni laseBashani kwaze kwaba seSaliga.


Base befika kuGedaliya eMispa, u-Ishmayeli indodana kaNethaniya, noJohanani, noJonathani, amadodana kaKhareya, noSeraya, indodana kaThanumethi, namadodana ka-Efayi umNethofa, noJeshaniya indodana A Maägatite, bona namadoda abo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite