Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 12:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 inkosi yase-Egiloni, eyodwa; inkosi yaseGezeri, eyodwa;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 inkosi yase-Egiloni: inye; inkosi yaseGezeri: inye;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 inkosi yase-Egiloni: iyodwa; inkosi yaseGezeri: iyodwa;

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 12:12
9 Referans Kwoze  

Khona uHoramu inkosi yaseGezeri wenyuka ukusiza iLakishi; uJoshuwa wamnqoba yena nabantu bakhe, waze wangabe esasala muntu.


iLakishi neBoskati ne-Egiloni,


Benza kanjalo, bawaletha kuye lawo makhosi omahlanu emhumeni, inkosi yaseJerusalema, nenkosi yaseHebroni, nenkosi yaseJarimuthi, nenkosi yaseLakishi, nenkosi yase-Egiloni.


Ngakho u-Adoni-Sedeki inkosi yaseJerusalema wathumela kuHohamu inkosi yaseHebroni nakuPiramu inkosi yaseJarimuthi nakuJafiya inkosi yaseLakishi nakuDebiri inkosi yase-Egiloni, ethi:


inkosi yaseJarimuthi, eyodwa; inkosi yaseLakishi, eyodwa;


inkosi yaseDebiri, eyodwa; inkosi yaseGederi, eyodwa;


UDavide wenza njengalokho uJehova emyalile; wanqoba amaFilisti kusukela eGeba kwaze kwaba seGezeri.


UJoshuwa wayesesuka eLakishi, waya e-Egiloni, no-Israyeli wonke kanye naye; futhi bamisa ngokumelene nalo futhi balwa nalo.


Abantwana bangena, balidla izwe, wabanqoba abakhileyo ezweni, amaKhanani, phambi kwabo, wabanikela esandleni sabo, namakhosi abo, nabantu bezwe, ukuba benze kanjalo. Njengoba bebengenza.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite