UJoshuwa 10:40 - Contemporary Zulu Bible 202440 UJoshuwa walichitha lonke izwe lezintaba, nelaseningizimu, nelasesigodini, nelemithombo, nawo onke amakhosi alo; Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE40 Wachitha-ke uJoshuwa izwe lonke, izintaba, neNingizimu, namathafa, nemithambeka, namakhosi onke alo; akashiyanga noyedwa owasalayo, kepha waqothula konke okuphefumulayo njengokuyala kukaJehova uNkulunkulu ka-Israyeli. Gade chapit laIsiZulu 202040 UJoshuwa walinqoba lonke izwe lezintaba, iNegevu, amathafa, imithambeka, namakhosi wonke alo; akashiyanga nayinye. Wakuqothula konke okuphefumulayo njengokuyala kukaSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli. Gade chapit la |
Bamphendula uJoshuwa, bathi: “Ngokuba zatshelwa nokutshelwa ezincekwini zakho ukuthi uJehova uNkulunkulu wakho wayala inceku yakhe uMose ukuba aninike izwe lonke, abhubhise bonke abakhileyo ezweni phambi kwenu, ngalokho sahlupheka kakhulu, sesaba kakhulu. Ukuphila kwethu ngenxa yenu, futhi senza le nto.