Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 10:36 - Contemporary Zulu Bible 2024

36 UJoshuwa wakhuphuka e-Egiloni no-Israyeli wonke kanye naye, waya eHebroni; balwa nalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 UJoshuwa wakhuphuka e-Egiloni, bonke abakwa-Israyeli benaye, waya eHebroni, balwa nalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

36 UJoshuwa wakhuphukela e-Egiloni nabo bonke abakwa-Israyeli, baya eHebhroni, balwa nalo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 10:36
17 Referans Kwoze  

UJuda wasesuka wahlasela amaKhanani ayakhe eHebroni; igama leHebroni kuqala laliyiKiriyati Araba; babulala oSheshayi, no-Ahimani, noTalimayi.


UKalebi indodana kaJefune wanika uJoshuwa isabelo phakathi kwabantwana bakoJuda, njengesiyalezo sikaJehova kuJoshuwa, umuzi ka-Arba, uyise kaEnaki, eyiHebroni.


Bakhuphukela eningizimu, bafika eHebroni; lapho kwakukhona o-Ahimani, noSheshayi, noTalimayi, amadodana ka-Anaki. (IHebroni lakhiwa iminyaka eyisikhombisa ngaphambi kweSowani laseGibithe.)


noSadoki insizwa, iqhawe elinamandla, nasendlini kayise izinduna ezingamashumi amabili nambili.


Lezi ziyizinombolo zamaviyo ayehlomele impi eza kuDavide eHebroni ukuze abuyisele ubukhosi bukaSawule kuye njengezwi likaJehova.


Babanika abantwana bakwa-Aroni umpristi iHebroni nedlelo layo, libe ngumuzi okhululekile wokuhlatshwa; neLibina nedlelo layo,


neHumta, neKiriyatarba eliyiHebroni, neSiyori; imizi eyisishiyagalolunye nemizana yayo.


Ngakho amakhosi amahlanu ama-Amori, inkosi yaseJerusalema, inkosi yaseHebroni, inkosi yaseJarimuthi, inkosi yaseLakishi, inkosi yase-Egiloni, abuthana, akhuphuka, wona nawo onke amabutho awo, amisa phambi kweGibeyoni nemizi yawo walwa nayo.


Ngakho u-Adoni-Sedeki inkosi yaseJerusalema wathumela kuHohamu inkosi yaseHebroni nakuPiramu inkosi yaseJarimuthi nakuJafiya inkosi yaseLakishi nakuDebiri inkosi yase-Egiloni, ethi:


U-Abrama wamisa itende lakhe, wafika wahlala e-okini kaMamre eHebroni, wamakhela khona uJehova i-altare.


Balithatha ngalolo suku balinqoba ngosiko lwenkemba, futhi yonke imiphefumulo eyayikulo wayishaya ngalolo suku ngesiqalekiso, njengoba nje enza ngeLagisi.


Balithatha, balichitha ngosiko lwenkemba, nenkosi yalo, nayo yonke imizi yalo, nabo bonke abantu ababekulo; akashiyanga muntu, njengalokho enza ku-Egiloni; kodwa walishaya ngesiqalekiso nemiphefumulo yonke eyayikulo.


Bamnika uKalebi iHebroni, njengokusho kukaMose; wawaxosha khona amadodana amathathu ka-Anaki.


neSoreya, ne-Ajaloni, neHebroni, imizi ebiyelweyo kwaJuda nakwaBenjamini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite