Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 10:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 Khona uHoramu inkosi yaseGezeri wenyuka ukusiza iLakishi; uJoshuwa wamnqoba yena nabantu bakhe, waze wangabe esasala muntu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Khona kwakhuphuka uHoramu inkosi yaseGezeri ukuba asize iLakishi; kepha uJoshuwa wambulala nabantu bakhe, akaze amshiyela noyedwa owasalayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

33 Kwase kukhuphuka uHoramu, inkosi yaseGezeri, ukuzosiza iLakhishi, kepha uJoshuwa wayibulala nabantu bayo, akashiyanga namunye kubo.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 10:33
11 Referans Kwoze  

U-Efrayimi akawaxoshanga amaKhanani ayakhe eGezeri; kepha amaKhanani ahlala phakathi kwabo eGezeri.


Futhi abawaxoshanga amaKhanani ayakhe eGezeri; kepha amaKhanani ahlala phakathi kwabakwa-Efrayimi kuze kube namuhla, akhonza ngokuthela.


wehlela ngasentshonalanga esifundeni esisogwini lwaseJafeleti, kuze kube sesogwini lwaseBeti Horoni elingaphansi naseGezeri; futhi ukuphuma kwawo kungasolwandle.


Kwathi emva kwaleyo mpi kwavuka amaFilisti eGezeri; ngaleso sikhathi uSibegayi umHusati wabulala uSiphayi owayengowabantwana bamaRefa, banqotshwa.


Babanika emizini ekhululekileyo, iShekemi ezintabeni zakwa-Efrayimi namadlelo alo; banika iGezeri nedlelo layo;


Babanika iShekemi nedlelo lalo ezintabeni zakwa-Efrayimi, libe ngumuzi okhululekile wokuhlatshwa; neGezeri nedlelo layo,


inkosi yase-Egiloni, eyodwa; inkosi yaseGezeri, eyodwa;


UJehova walinikela iLakishi esandleni sika-Israyeli, walithatha ngosuku lwesibili, walichitha ngosiko lwenkemba kanye nabo bonke abantu ababekulo, njengoba nje enza kulo iLibina.


UJoshuwa wayesesuka eLakishi, waya e-Egiloni, no-Israyeli wonke kanye naye; futhi bamisa ngokumelene nalo futhi balwa nalo.


UDavide wenza njengalokho uJehova emyalile; wanqoba amaFilisti kusukela eGeba kwaze kwaba seGezeri.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite