Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJoshuwa 10:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Alukho usuku olunjengalolo ngaphambi kwakhe nangemva kwalokho uJehova walilalela izwi lomuntu; ngokuba uJehova wamlwela u-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Aluzange lube khona usuku olunjengalo ngaphambi kwalo noma ngasemva kwalo lokuba uJehova alilalele izwi lomuntu, ngokuba uJehova wamlwela u-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 Aluzange lube khona usuku olunjengalolo ngaphambi kwalo noma ngasemuva kwalo, lapho uSimakade alalela khona izwi lomuntu; wamlwela u-Israyeli.

Gade chapit la Kopi




UJoshuwa 10:14
13 Referans Kwoze  

UJehova uNkulunkulu wenu ohamba phambi kwenu uyakunilwela njengakho konke akwenza kini phambi kwamehlo enu eGibithe;


UJehova uyakunilwela, nina nithule;


UJoshuwa wawathatha wonke la makhosi nezwe lawo kanyekanye, ngokuba uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli wayewalwela u-Israyeli.


Senikubonile konke uJehova uNkulunkulu wenu akwenzileyo kuzo zonke lezi zizwe ngenxa yenu; ngoba uJehova uNkulunkulu wenu nguye owanilwelayo.


Yathi iNkosi: “Uma beninokholo olungangohlamvu lwesinaphi, beningathi kulesi sihlahla somthombe: ‘Siphuna, utshalwe elwandle;’ futhi kufanele ikulalele.


Bheka, ngibuyisa isithunzi sezinyuko eziwela ezinyathelweni zika-Ahazi zelanga; Kanjalo ilanga labuya amadigri ayishumi, lashona ngawo.


UJoshuwa wabuyela ekamu laseGiligali, nawo wonke u-Israyeli enaye.


Ase ekhumula amasondo ezinqola zawo, awagibelisa, kangangokuthi abaseGibithe bathi: “Masibaleke phambi kuka-Israyeli; ngoba uJehova uyabalwela emelene labaseGibhithe.


UJehova uyakuphuma, alwe nalezo zizwe, njengasosukwini lokulwa kwakhe ngosuku lwempi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite