Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 9:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Ngesaba zonke izinsizi zami, ngiyazi ukuthi awuyikungiphatha ngimsulwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 ngiyesaba nokho bonke ubuhlungu bami, ngiyazi ukuthi awuyikungibheka nginjengongenacala.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 nokho ngiyabesaba bonke ubuhlungu bami, ngiyazi awuyukungithatha njengongenacala.

Gade chapit la Kopi




UJobe 9:28
13 Referans Kwoze  

Inyama yami iyathuthumela ngenxa yakho; futhi ngiyazesaba izahlulelo Zakho.


Uma wena Jehova uqaphela iziphambeko, Nkosi, ngubani ongema na?


Noma ngikucabanga, ngishaywa luvalo, futhi ukuthuthumela kubambe inyama yami.


Ngokuba manje usubala izinyathelo zami; awuqapheli isono sami na?


Lapho ngona, uyangibheka, awuyikungikhulula ebubini bami.


Ngiyazi ukuthi lokhu kuyiqiniso; kodwa umuntu angalunga kanjani phambi kukaNkulunkulu na?


Futhi kungani ungathetheleli isiphambeko sami futhi ususe ububi bami na? ngokuba manje ngiyakulala othulini; niyongifuna ekuseni, kodwa ngibe ngingasekho.


Ngokuba into ebengesaba kakhulu ingifikele, nalokho ebengikwesaba sekufike kimi.


Ungaliphathi ngeze igama likaJehova uNkulunkulu wakho; ngoba uJehova kayikumyekela osebenzisa ibizo lakhe ngeze.


Noma ngikhuluma, usizi lwami aludambi;


Bheka, uthola ithuba ngokumelene nami, ungishaya isitha sakhe;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite