Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 9:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Uma isifo sibulala ngokuzumayo, uyakuhleka ukuqulwa kwabangenacala.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Uma isiswebhu sibulala ngokuzumayo, uyahleka ingozi yabangenacala.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Uma kwehla inhlekelele ngokuzuma, uyakuhleka ukuphelelwa yithemba kwabangenacala.

Gade chapit la Kopi




UJobe 9:23
12 Referans Kwoze  

Ngoba kuyisivivinyo, futhi kuthiwani uma inkemba idelela ngisho nenduku? akusayikuba khona, isho iNkosi uJehova.


Yebo, ngenxa yakho siyabulawa usuku lonke; sibalwa njengezimvu ezihlatshiweyo.


Abantu bayabubula besemzini, nomphefumulo wabalimeleyo uyakhala;


Bheka, uNkulunkulu akalahli opheleleyo, futhi akabasizi abenza okubi;


Khumbula, ngubani owake wabhubha ngenxa yokuthi wayengelacala? noma banqunyelwephi abalungileyo na?


USathane wayesesuka ebusweni bukaJehova, wamshaya uJobe ngamathumba, kusukela ematheni ezinyawo zakhe kuze kufike okhakhayini.


Inceku yakho yathi: ‘Izwi lenkosi yami, inkosi, makube elinokuthula, ngokuba njengengelosi kaNkulunkulu, injalo inkosi yami, inkosi, ukwahlukanisa okuhle nokubi; ngalokho uJehova uNkulunkulu wakho uyakuba nawe.


Manje njengoba ngize ukukhuluma le ndaba nenkosi yami, inkosi, kungoba abantu bangethusile; inceku yakho yathi: ‘Mangikhulume enkosini; mhlawumbe inkosi iyakwenza isicelo senceku yayo.


U-Abrahama wawa ngobuso bakhe, wahleka, wathi enhliziyweni yakhe: “Oneminyaka eyikhulu uyakuzalelwa na? noSara oneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye uyakuzala na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite