Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 9:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Akavumi ukuba ngiphefumule, kepha uyangigcwalisa ngomunyu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kavumi ukuba ngiphefumule, kepha uyangigcwalisa ngomunyu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Akangivumeli ukuba ngiphefumule, kepha ungigcwalisa ngomunyu.

Gade chapit la Kopi




UJobe 9:18
14 Referans Kwoze  

Koze kube nini ningasuki kimi, ningangivumeli ukuba ngime ngize ngigwinye amathe ami na?


Wangigcwalisa ngomunyu, wangidakisa ngosawoti.


Kepha ukujeziswa okwamanje akubonakali kuthokozisa, kodwa kubuhlungu;


Ngempela, ungijikele; ungiphendulela usuku lonke isandla sakhe.


Ulaka lwakho luyangisinda, ungichobozile ngamadlambi akho onke. Sela.


Ngiyekeleni, ukuze ngithole amandla ngaphambi kokuba ngisuke lapha, ngingabe ngisaba khona.


Kuphila kukaNkulunkulu osusile ukwahlulela kwami; noSomandla owakhathaza umphefumulo wami;


Ngakho-ke ososizini uyakuphiwa ukukhanya, nokuphila komunyu womphefumulo;


Izinsuku zami azimbalwa na? yima, ngime, ukuze ngiduduzeke kancane;


Ngokuba ubhala okumunyu ngami, ungivumele ngiphathe ububi bobusha bami.


Wathi kubo: “Ningangibizi ngokuthi uNawomi; ngibizeni ngokuthi uMara, ngokuba uSomandla ungiphathe kumunyu kakhulu.”


Kodwa bahamba ngobunkana bezinhliziyo zabo nangoBhali ababafundisa ngabo oyise.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite