Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 8:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 aze agcwalise umlomo wakho ngokuhleka nezindebe zakho ngentokozo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 aze agcwalise umlomo wakho ngokuhleka, nezindebe zakho ngokumemeza.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 aze agcwalise umlomo wakho ngokuhleka, nezindebe zakho ngenhlokomo yokwethaba.

Gade chapit la Kopi




UJobe 8:21
13 Referans Kwoze  

Khona umlomo wethu wawugcwele ukuhleka nolimi lwethu ukuhuba; bathi phakathi kwezizwe: UJehova ubenzele izinto ezinkulu.


USara wathi: “UNkulunkulu ungenze ngahleka, ukuze bonke abakuzwayo bahleke nami.”


Ophuma ekhala ethwele imbewu eyigugu uyakubuya ngokuthokoza, alethe izinyanda zakhe;


Jabulani kuJehova, nethabe nina balungileyo, nethabe nina nonke eniqotho ngenhliziyo.


Nibusisiwe nina enilambile manje, ngokuba niyakusuthiswa. Nibusisiwe nina enikhalayo manje, ngokuba nizakuhleka.


(Ihubo lokudumisa.) Hlabelelani kuJehova nina mazwe onke.


Uyohleka ukubhujiswa nendlala, futhi ngeke uzesabe izilo zomhlaba.


Basebesenza imihlatshelo emikhulu ngalolosuku, bathokoza, ngoba uNkulunkulu wabenza ngentokozo enkulu; abesifazane nabantwana bathokoza, kwaze kwazwakala ukuthokoza kweJerusalema kude.


Hlabelelani kuJehova, mhlaba wonke;


Kepha akakho othi: “Uphi uNkulunkulu, uMdali wami, ohuba ebusuku na?”


(Ihubo.) Lapho uJehova eguqula isabelo saseSiyoni, sasinjengabaphuphayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite