Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 42:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngizwile ngawe ngendlebe, kepha manje iso lami liyakubona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Ngangizwile ngawe ngokuzwa kwezindlebe, kepha manje iso lami liyakubona.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Ngezwa ngawe ngokuzwa kwezindlebe, kodwa manje iso lami selikubonile,

Gade chapit la Kopi




UJobe 42:5
16 Referans Kwoze  

Ngakho ukukholwa kuvela ngokuzwa, ukuzwa kuvela ngezwi likaNkulunkulu.


Ongibonayo mina ubona ongithumileyo.


U-Isaya wakhuluma lokho ebona inkazimulo yakhe, wakhuluma ngaye.


Akakho oke wabona uNkulunkulu; iNdodana ezelwe yodwa esesifubeni sikaYise yiyona embonakalisile.


Ngasengisithi: Maye kimi! ngoba sengiphelile; ngokuba ngingumuntu onezindebe ezingcolile, ngihlala phakathi kwabantu abazindebe zingcolile; ngokuba amehlo ami abonile iNkosi, uJehova Sebawoti.


Ngomnyaka wokufa kwenkosi u-Uziya ngabona iNkosi ihlezi esihlalweni sobukhosi esiphezulu nesiphakemeyo, umphetho wayo ugcwalisa ithempeli.


Bese evula izindlebe zabantu, avale ukulaya kwabo,


Manje kwalethwa kimi okuthile ngasese, futhi indlebe yami yemukela okuncane kwakho.


Ukubhujiswa nokufa kuthi: “Sizwile umbiko wakho ngezindlebe zethu.”


Bheka, lezi yizingxenye zezindlela zakhe, kepha kuncane kangakanani okuzwiwayo ngaye? kepha ukuduma kwamandla akhe ngubani ongakuqonda na?


Ngakho ngiyazenyanya futhi ngiyazisola othulini nasemlotheni.


Jehova, ngizwile izwi lakho, ngesaba; Jehova, mawuphile umsebenzi wakho phakathi kweminyaka, wazise phakathi kweminyaka; olakeni khumbula umusa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite