1 UJobe wayesemphendula uJehova, wathi:
1 UJobe wayesemphendula uSimakade, wathi:
Ngakho-ke buyani, kungabi-yisibi; yebo, buya, ubulungisa bami bukulo.
Ibona konke okuphakemeyo; iyinkosi phezu kwazo zonke izidlayo.
Ngiyazi ukuthi ungenza noma yini nokuthi akukho mcabango ongeke uvinjelwe.
Kwathi ngemva kokuba uJehova esekhulume lawa mazwi kuJobe, uJehova wathi ku-Elifazi umThemani: “Intukuthelo yami ikuvuthele wena nabangane bakho ababili, ngoba anikhulumanga okulungileyo ngami njengenceku yami uJobe.
UJobe wakhuluma wathi:
UJobe wayesemphendula uJehova, wathi:
Ngakho zehliseleni kuNkulunkulu. Melanani noSathane, khona uyakunibalekela;