Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 41:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Iyakunxusa kakhulu na? uyakukhuluma amazwi athambileyo kuwe na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Uyakwenza imikhuleko eminingi kuwe, akhulume kuwe amazwi athambileyo, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Iyokwenza imikhuleko eminingi yini kuwe, ikhulume amazwi athobekileyo na?

Gade chapit la Kopi




UJobe 41:3
10 Referans Kwoze  

abathi kubaboni: Ningaboni; nakubaprofethi: Ningasiprofethi izinto eziyiqiniso, khulumani izinto ezibushelelezi, profethani inkohliso;


Ngokubekezela isikhathi eside, isikhulu siyakholiswa, nolimi oluthambileyo lwephula ithambo.


Abampofu bayanxusa; kodwa izicebi zaphendula kakhulu.


Impendulo ethambileyo ibuyisa ulaka, kepha amazwi alimazayo avusa ulaka.


Amazwi omlomo wakhe abushelelezi kunebhotela, kepha inhliziyo yakhe yayilwa; amazwi akhe ayethambile kunamafutha, nokho ayeyizinkemba ezihoshiwe.


Ungafaka ihhuku ekhaleni lakhe? kumbe ubhoboze umhlathi wakhe ngeva?


Ingenza isivumelwano lawe yini? Uzamthatha abe yinceku kuze kube nininini?


Uma manje nilalela ngempela izwi lami futhi nigcina isivumelwano sami, niyoba ingcebo yempahla yami ngaphezu kwabantu bonke, ngoba umhlaba wonke ungowami.


Ihubo likaDavide. Umhlaba ungokaJehova nokugcwala kwawo; umhlaba nabahlala kuwo.


Ngelami isiliva negolide ngelami,” usho uJehova Sebawoti.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite