Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 41:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Inhliziyo yakhe iqinile njengetshe; yebo, iqine njengetshe lokuchola elingezansi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Inhliziyo yakhe iqinile njengetshe, yebo, iqinile njengetshe lokusila elingaphansi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Inhliziyo yayo iqine njengetshe, yebo, iqinile njengetshe lokusila elingaphansi.

Gade chapit la Kopi




UJobe 41:24
5 Referans Kwoze  

Yebo, benza izinhliziyo zabo zaba njengetshe, ukuze bangawuzwa umthetho namazwi uJehova Sebawoti awathumela ngomoya wakhe ngesandla sabaprofethi bokuqala; ngalokho kwavela ulaka olukhulu oluvela kuJehova Sebawoti.


Jehova, amehlo akho awagxilile eqinisweni na? Wabashaya, kepha abadabukanga; Wabaqeda, kepha bala ukujeziswa; benza ubuso babo baba lukhuni kunedwala; bala ukubuya.


Ngokuba ngazi ukuthi uyisijaka, nentamo yakho ingumsipha wensimbi, nebunzi lakho liyithusi;


Izikali zenyama yakhe zihlangene, ziqinile kuzo; azinakunyakaziswa.


Lapho isukuma, amaqhawe ayesaba; ngenxa yesiphambeko bayazihlambulula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite