Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 4:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kodwa manje sekufikile kuwe, futhi uyadangala; kuyakuthinta, uyesaba.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 “Kepha sekufikile kuwe, uyakhathazeka; kuyakuthinta wena, uyashaywa luvalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 “Uma sekufike kuwe, awusenasineke. Uma sekuthinta wena uyadangala.

Gade chapit la Kopi




UJobe 4:5
12 Referans Kwoze  

Ngihawukele, ngihawukele, bangane bami! ngoba isandla sikaNkulunkulu singithintile.


Senikhohliwe isiyalezo esikhuluma kini njengakubantwana sokuthi: Ndodana yami, ungadeleli ukulaya kweNkosi, ungaphelelwa amandla, lapho usolwa yiyo;


Ngokuba bhekani yena owakhuthazela ephikwa kangaka yizoni, ukuze ningakhathali, niphele amandla engqondweni yenu.


Ngakho kasidangali; kepha noma kubhubha umuntu wethu wangaphandle, owangaphakathi wenziwa musha imihla ngemihla.


Ngakho lokhu sinale nkonzo, njengokuba sihawukelwe, asidangali;


Uma udangala ngosuku losizi, amandla akho mancane.


Kulowo ohluphekayo, ububele bumelwe kuboniswa kumngane wakhe; kodwa uyakulahla ukumesaba uSomandla.


Kepha manje yelula isandla sakho, uthinte emathanjeni akhe nasenyameni yakhe, uyakukuthuka ebusweni bakho.


Kepha manje yelula isandla sakho, uthinte konke anakho, uyakukuthuka ebusweni bakho.


Amazwi akho asekela owasezakuwa, waqinisa amadolo abuthakathaka.


Ngakhala kuwe Jehova; ngamncenga uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite