Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 4:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ubuhle babo obukubo abusuki na? bayafa bengenakuhlakanipha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Intambo yetende labo ayisishulwa yini phakathi kwabo, bafe bengazelele, na?’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Intambo yethende labo ayibhonculiwe yini kubo, futhi bafe bengenakho ukuhlakanipha na?’ ”

Gade chapit la Kopi




UJobe 4:21
15 Referans Kwoze  

Kodwa uma bengalaleli, bayobhubha ngenkemba futhi bafe bengenalwazi.


Abakuzondayo bayokwembathiswa ihlazo; futhi indawo yokuhlala yababi iyochithwa.


Ngoba ilanga liyaphuma lilokushisa okutshisayo, kodwa libunisa utshani, lembali yabo iyawa, lobuhle besimo sabo bubhubha;


Kodwa uNkulunkulu wathi kuye: Siphukuphuku, ngalobubusuku umphefumulo wakho uzakubizwa kuwe;


Abakubonayo bayakukubheka, bakubuke, bathi: ‘Nguye lo muntu owazamazamisa umhlaba, owenza imibuso ithuthumele na?


Yekani kumuntu omoya wakhe usemakhaleni akhe, ngokuba uyakubalwa ngani na?


Umuntu ohloniphekayo futhi ongaqondi ufana nezilwane ezibhubhayo.


Njengezimvu babekwa ethuneni; ukufa kuzobapha; abaqotho bayakubusa phezu kwabo ekuseni; nobuhle babo buyoqedwa eHayidese bungabikho endaweni yabo yokuhlala.


Lapho usola umuntu ngobubi, ubuhle bakhe buqedwa njengenundu; isibili wonke umuntu uyize. Sela.


Bheka, wenzé izinsuku zami zaba njengobubanzi besandla; futhi iminyaka yami ayilutho phambi kwakho; impela, wonke umuntu ngokungcono kwakhe uyize. Sela.


Impela zinjalo izindawo zokuhlala zababi, nansi indawo yongamazi uNkulunkulu.


Uyakufa engalaywanga; futhi ngobuningi bobuwula bayo uyoduka.


Abantu abakhulu abahlakaniphile ngaso sonke isikhathi, nabadala abakuqondi ukwahlulela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite