Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 4:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Ingonyama endala iyabhubha ngokuswela impango, namawundlu engonyamakazi ayahlakazeka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Ibhubesi elinamandla liyabhubha ngokuswela impango; amawundlu ebhubesikazi ayahlakazeka.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Ibhubesi elinamandla liyafa ngenxa yokweswela impango, amawundlu ebhubesi ayahlakazeka.

Gade chapit la Kopi




UJobe 4:11
17 Referans Kwoze  

Amabhongo ezingonyama ayaswela, alambe; kepha abafuna uJehova abayikuswela lutho oluhle.


Nokho iNkosi yema nami, yangiqinisa; ukuze ngami ivangeli laziwe ngokugcwele, nezizwe zonke zizwe; ngakhululwa emlonyeni wengonyama.


Bayakulandela uJehova; Ubhodla njengengonyama; uma Ebhonga, abantwana basentshonalanga bayathuthumela.


Ingonyama yenyuka iphuma ehlathini layo, nomchithi wezizwe usendleleni; uphumile endaweni yakhe ukuze enze izwe lakho libe yihlane; nemizi yenu iyakuba yincithakalo, kungabikho ohlala khona.


Ukuze angadwenguli umphefumulo wami njengengonyama, awuklebhule, kungekho osindisayo.


Uzayizingela ibhubesikazi yini? noma ugcwalise iphango lamabhongo ezingonyama,


Bheka, kwafika umoya omkhulu ovela ehlane, washaya amagumbi omane endlu, yawela phezu kwezinsizwa, zafa; mina ngedwa ngisindile, ukuze ngikubikele.


Walala, walala phansi njengengonyama nanjengengonyamakazi; ngubani ozamvusa? Ubusisiwe okubusisayo, uqalekisiwe okuqalekisayo.


Bheka, abantu bayakuvuka njengengonyama enkulu, baziphakamise njengebhongo lengonyama;


UJuda uyingonyama; Wenyuka empangweni, ndodana yami; ngubani ozamvusa?


Abantwana bakhe bakude nokuphepha, bachotshozwa esangweni, akakho ongabasindisayo.


Kodwa uyasindisa ompofu enkembeni, emlonyeni wabo nasesandleni sabanamandla.


Abantwana bakhe bayofuna ukujabulisa abampofu, futhi izandla zakhe ziyobuyisela impahla yakhe.


Ngaphula imihlathi yomubi, ngaklebhula impango emazinyweni akhe.


Wozani, bantwana, ningilalele, nginifundise ukumesaba uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite