Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 39:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngoba uNkulunkulu wayiphuca inhlakanipho, kayidluliselanga ekuqedisiseni kwayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Ngokuba uNkulunkulu wayenza ukuba ikhohlwe ukuhlakanipha, akayabelanga ukuqonda.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 UNkulunkulu uyenze ukuba ikhohlwe ngukuhlakanipha, akayabelanga ukuqonda.

Gade chapit la Kopi




UJobe 39:17
9 Referans Kwoze  

Ngubani osifundisa ngaphezu kwezilwane zomhlaba nosenza sihlakaniphe kunezinyoni zezulu na?


Izipho zonke ezinhle neziphiwo zonke ezipheleleyo zivela phezulu, zehla kuYise wokukhanya okungekho kuye ukuguquka nasithunzi sokuphenduka.


Ngathukuthela ngobubi bokuhaha kwakhe, ngamshaya;


Ngokuba uyithumbile inhliziyo yabo ekuqondeni; ngalokho akumelwe ubaphakamise.


Kodwa endabeni yezithunywa zezikhulu zaseBhabhiloni ezathumela kuye ukubuza ngesimangaliso esenziwa elizweni, uNkulunkulu wamtshiya ukuze amlinge, ukuze azi konke okusenhliziyweni yakhe.


Kepha uSihoni inkosi yaseHeshiboni akasivumelanga ukuba sidlule kuye, ngokuba uJehova uNkulunkulu wakho wenza lukhuni umoya wakhe, wayenza lukhuni inhliziyo yakhe ukuba amnikele esandleni sakho, njengokuba kubonakala namuhla.


Ulukhuni ngokumelene nabancane bakhe kungathi abasibo abakhe; umshikashika walo uyize, angesabi;


Indlela eliziphakamisa ngayo, lidelela ihhashi nomgibeli walo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite