Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 38:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ngubani owavala ulwandle ngezicabha ekugqabhukeni kwalo, kungathi luphuma esizalweni na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 “Ngubani owavalela ulwandle ngezicabha, lapha lwabhoboka kungathi lwaphuma esiswini,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 “Ngubani owavalela ulwandle ngezivalo, lapho luqhibuka, luphuma esiswini,

Gade chapit la Kopi




UJobe 38:8
13 Referans Kwoze  

UNkulunkulu wathi: “Amanzi aphansi kwezulu mawaqoqekele ndawonye, kubonakale umhlabathi owomileyo.” kwaba njalo.


Aningesabi na? usho uJehova, uthi: “Aniyikuthuthumela phambi kwami, mina engabeka isihlabathi emkhawulweni wolwandle ngomyalo waphakade ukuba lungedlule kuwo; uma zibhonga, azinakudlula na?


Lapho eyala ulwandle ukuba amanzi angeqi umyalo wakhe, lapho emisa izisekelo zomhlaba.


Uyabutha amanzi olwandle njengenqwaba; Ugcina ukujula ezinqolobaneni.


Niyaphule indawo yami emisiweyo, nibeke imigoqo nezicabha,


UNkulunkulu wenza umkhathi futhi wahlukanisa amanzi angaphansi komkhathi namanzi angaphezu komkhathi.


ukwenza isisindo semimoya; futhi ulinganisa amanzi ngesilinganiso.


Lapho ngenza ifu libe yingubo yakhe, nobumnyama baba yindwangu yakhe;


Walimboza ngesikhukhula samanzi njengesambatho; amanzi ema phezu kwezintaba.


Ubani owenyukela ezulwini noma owehla na? ngubani owabutha umoya ngezandla zakhe na? ngubani owabophela amanzi engutsheni na? ngubani omise imikhawulo yonke yomhlaba? Ngubani igama lakhe, futhi ngubani igama lendodana yakhe, uma ulazi?


Ngubani owalinganisa amanzi ngesandla sakhe, walinganisa amazulu ngobubanzi besandla, wathatha uthuli lomhlaba ngesilinganiso, wakala izintaba ngesilinganiso, namagquma ngesilinganiso, na?


Babona imisebenzi kaJehova nezimangaliso zakhe ekujuleni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite