Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 38:37 - Contemporary Zulu Bible 2024

37 Ngubani ongabala amafu ngokuhlakanipha na? noma ngubani ongathulula amagabha asezulwini,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Ngubani ongabala amafu ngokuhlakanipha, ngubani ongathulula izimvaba zasezulwini,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

37 Ngubani ongabala amafu ngokuhlakanipha, athulule izimvaba zamanzi zasezulwini,

Gade chapit la Kopi




UJobe 38:37
8 Referans Kwoze  

Ubala inani lezinkanyezi; zonke izibiza ngamagama azo.


Wamkhiphela ngaphandle, wathi: “Bheka isibhakabhaka, ubale izinkanyezi, uma ungazibala; wathi kuye: Iyakuba njalo inzalo yakho.


Ngiyakukhumbula isivumelwano sami esiphakathi kwami nani nazo zonke izilwane eziphilayo zenyama yonke; futhi amanzi ngeke esaba uzamcolo wokubhubhisa yonke inyama.


UNkulunkulu wamkhumbula uNowa, nezilwane zonke, nezinkomo zonke ezazinaye emkhunjini;


Uhlakaniphile ngenhliziyo, unamandla emandleni; ngubani owazenza lukhuni kuye, waba nempumelelo?


Ungaphakamisela izwi lakho emafwini, ukuze amanzi amaningi akusibekele, na?


Lapho uthuli luqina, namagabade anamathelana?


Ngomnyaka wamakhulu ayisithupha wokuphila kukaNowa, ngenyanga yesibili, ngosuku lweshumi nesikhombisa lwenyanga, ngalona lolo suku yonke imithombo kazamcolo omkhulu yagqashuka, namafasitele asezulwini avuleka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite