Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 38:36 - Contemporary Zulu Bible 2024

36 Ngubani owafaka ukuhlakanipha ngaphakathi na? ngubani onike ukuqonda enhliziyweni na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 Ngubani obeke ukuhlakanipha phakathi komuntu, ngubani onika ukuqonda enhliziyweni na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

36 Ngubani obeke ukuhlakanipha phakathi komuntu, onika ukuqonda enhliziyweni na?

Gade chapit la Kopi




UJobe 38:36
11 Referans Kwoze  

Kodwa kukhona umoya kumuntu, futhi ukuphefumula kukaSomandla kubanikeza ukuqonda.


Bheka, wena ufisa iqiniso ngaphakathi, futhi ekusithekeni uyofunda ukuhlakanipha kwami.


Ngoba uNkulunkulu unika umuntu omuhle emehlweni akhe ukuhlakanipha lolwazi lentokozo, kodwa isoni unika ukuhlupheka ukukuqongelela, ukuze amnike okuhle phambi kukaNkulunkulu. Kuyize nokuhlushwa komoya.


Ngokuba uJehova uyapha ukuhlakanipha; emlonyeni wakhe kuphuma ukwazi nokuqondisisa.


Uma noma ubani kini entula ukuhlakanipha, makacele kuNkulunkulu opha bonke ngobuhle, engasoli; njalo uzakuphiwa.


Uhlakaniphile ngenhliziyo, unamandla emandleni; ngubani owazenza lukhuni kuye, waba nempumelelo?


Ngamgcwalisa ngomoya kaNkulunkulu, ekuhlakanipheni, nasekuqondeni, nangokwazi, nangobungcweti bonke;


Izipho zonke ezinhle neziphiwo zonke ezipheleleyo zivela phezulu, zehla kuYise wokukhanya okungekho kuye ukuguquka nasithunzi sokuphenduka.


Ngoba uNkulunkulu wakhe uyamfundisa iseluleko futhi amfundise.


Kuye kukhona ukuhlakanipha namandla, uneseluleko nokuqondisisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite