Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 38:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ababi bagodliwe ukukhanya kwabo, nengalo ephakemeyo iyakwaphulwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Ababi sebenqatshelwe ukukhanya kwabo, nengalo ephakemeyo yaphuliwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Ukukhanya kugodliwe ezikhohlakalini, kwaqedwa nobudlova bazo.

Gade chapit la Kopi




UJobe 38:15
17 Referans Kwoze  

Uyaphula ingalo yomubi kanye nomubi; funani ububi bakhe, nize ningabufumani.


Ngokuba izingalo zababi ziyakwaphulwa, kepha uJehova usekela abalungileyo.


Yebo, ukukhanya komubi kuyakucishwa, nenhlansi yomlilo wakhe ngeke ikhanye.


Indlela yababi injengobumnyama; abazi ukuthi bakhubeka ngani.


Ngalokho isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Bheka, nginakho ngoFaro inkosi yaseGibithe; ngiyakwenza inkemba iwe esandleni sakhe.


Uyakuxoshwa ekukhanyeni ayiswe ebumnyameni, axoshwe ezweni.


Bahlangana nobumnyama emini, nobumnyama ntambama njengasebusuku.


Mnikeni inkazimulo uJehova uNkulunkulu wenu, ngaphambi kokuba enze ubumnyama, futhi ngaphambi kokuba izinyawo zenu zikhubeke ezintabeni zobumnyama, futhi lapho nifuna ukukhanya, yena akuphendule ithunzi lokufa akwenze kube mnyama.


Esehlela kuye, u-Elisha wakhuleka kuJehova, wathi: “Shaya lesi sizwe ngobumpumputhe.” Futhi wabashaya ngobumpumputhe ngokwezwi lika-Elisha.


Kodwa umphefumulo owenza ngokugabadela, kungakhathaliseki ukuthi ungowokuzalwa ezweni noma ungowemzini, othuka uJehova; lowo muntu uyakunqunywa kubantu bakubo.


Kodwa uyasindisa ompofu enkembeni, emlonyeni wabo nasesandleni sabanamandla.


Lapho-ke ingalo yami kayiwe ehlombe lami, lengalo yami yephulwe ethanjeni.


Yaphenduka njengobumba ophawulweni; futhi ame njengengubo.


Bangabahlubuki ekukhanyeni; abazazi izindlela zakhe futhi abahlali emikhondweni yakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite