Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 37:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Lalela ukuzwa umsindo wezwi lakhe nomsindo ophuma emlonyeni wakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Yizwani, nizwe indumo yezwi lakhe, nemvunge ephuma emlonyeni wakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Lalelani, nizwe ukuduma kwezwi lakhe, nemvunge ephuma emlonyeni wakhe.

Gade chapit la Kopi




UJobe 37:2
13 Referans Kwoze  

UNkulunkulu uyaduma ngezwi lakhe ngokumangalisayo; izinto ezinkulu azenzayo esingenakuziqonda.


Umsindo wayo ubonisa ukukhukhuleka kwayo, nokukhukhula phezu komhwamuko.


Ngaphambi kokusola kwakho abaleka; ngezwi lokuduma kwakho zashesha zasuka.


UJehova wayesemphendula uJobe esesivunguzaneni, wathi:


Ukhona yini ongaqonda ukwendlaleka kwamafu noma umsindo wetabernakele lakhe?


UJehova waduma ezulwini, oPhezukonke walizwakalisa izwi lakhe.


Nalokhu inhliziyo yami iyathuthumela, isuka endaweni yayo.


Kwasekubhonga ilizwi; uyaduma ngezwi lobukhosi bakhe; futhi ngeke abavimbe uma izwi lakhe lizwakala.


Lapho ezwakalisa izwi lakhe, kukhona amanzi amaningi esibhakabhakeni; wakhuphula izinkungu emikhawulweni yomhlaba;


Lapho enza umyalo ngemvula nendlela yombani wokuduma.


Ingalo yakho injengoNkulunkulu na? noma ungaduma ngezwi elinjengelakhe na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite