Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 36:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Bheka, uyeneka ukukhanya kwakhe phezu kwalo, asibekele ukujula kolwandle.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Bheka, uyasakaza ukukhanya kwakhe ngakuye; uyasibekela ubuphansi bolwandle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 Umbani wakhe uyawusabalalisa umzungeze, amboze izisekelo zolwandle.

Gade chapit la Kopi




UJobe 36:30
13 Referans Kwoze  

owahlukanisela uzamcolo umsele, noma indlela yombani wokuduma;


Amanzi abuya, asibekela izinqola, nabamahhashi, nempi yonke kaFaro eyangena elwandle emva kwawo; akwasala ngisho noyedwa kubo.


Abantwana bakwa-Israyeli bahamba emhlabathini owomileyo phakathi kolwandle, amanzi aba lugange kubo ngakwesokunene sabo nangakwesokhohlo.


UNkulunkulu wathi: “Amanzi aphansi kwezulu mawaqoqekele ndawonye, kubonakale umhlabathi owomileyo.” kwaba njalo.


Ngokuba njengonyazi, onyazima kwenye indawo phansi kwezulu, ukhanyisa kwenye indawo phansi kwezulu; iyakuba njalo iNdodana yomuntu ngosuku lwayo.


Ukhona yini ongaqonda ukwendlaleka kwamafu noma umsindo wetabernakele lakhe?


Ngoba ngazo uyahlulela abantu; unika inyama ngobunengi.


Okusibekela ngokukhanya njengengubo, oweneka izulu njengendwangu;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite